iKholwa
Kwakungonjani umuntu owayaziwa ngokuthi uyikholwa? [1] Kwakuthiwa umuntu „ukholiwe“ noma „usephendukile“ – „usephucukile“ – uma esegciné evumile ukulandela imfundiso nenqubo eyafika nabamhlophe bevela eYurophu naseMelika bethi bayithatha encwadini, „ibhaybheli“, – inqubo yokudumisa „uMdali“, „iNkosi yamakhosi“ – `uNkulunkulu´, bethi yinkolo „yobuKhristu“/”yobuKhrestu”, … weiter / qhubeka lapha »