Kategorie: Porträt

Tsitsi Dangarembga – Friedenspreis 2021

Tsitsi Dangarembga, geboren am 14. Februar 1959 in Mutoko im heutigen Nordosten von Simbabwe, gehört zu den wichtigsten Schriftstellerinnen/Schriftstellern, Dramatikerinnen/Dramatikern und Filmemacherinnen/Filmemachern ihres Landes. Die Bücher ihrer international erfolgreichen Romantrilogie erzählen vom Aufwachsen und Leben einer nach Selbstbestimmung strebenden Frau … weiter / qhubeka lapha »

iNgonyama uGoodwill Zwelithini [1948-2021]

iNgonyama uGoodwill Zwelithini [1948-2021]

UkuKhothama kweSilo uGoodwill Zwelithini [1948-2021] kuqopha umzuzu osemqoka emlandweni welaseMzansi-Afrika. Eminyakeni ecishe ibe ngamashumi amabili nesikhombisa [1994-2021]  umphakathi eNingizimu-Afrika usuziphethe ngokoMbuso weNtando yeNingi [democracy], uGoodwill Zwelithini ubé nethuba  – kanye  nomphakathi kazwelonke – wokuba ngomunye wezikhuthali ekuwuchitheni nokuwucima umbuso wabahlwithi … weiter / qhubeka lapha »

Lutz van Dijk: 100 Jahre Nelson Mandela

Lutz van Dijk: 100 Jahre Nelson Mandela Als Nelson ein Junge war, gab es keinen Hunger in den Dörfern auf den grünen Hügeln am Ostkap Südafrikas. Niemand war reich, aber alle hatten genug zu essen. Sein Vorname lautete Rolihlahla, was … weiter / qhubeka lapha »

UNtabayezulu kanye noMadiba: *1918 –

UNtabayezulu ozala thina noRolihlahla Mandela, uMadiba, abazange babonane ngawenyama, nòma babentanga nye; nabo bebezobe behlanganisa owekhulu [100] nonyaka. Emadlelweni akwelaseDlebe, emathafeni angaphesheya nanganeno kweMfolozi eMnyama kwelaseMahlabathini yayelusa lapho le nsizwa ezala thina ekukhuleni kwayo kusukela ekwedluliseni kweMpi yoMhlaba yokuQala [1918]  … weiter / qhubeka lapha »

Kusinwa kudedelwana!

EMZABALAZWENI WENKULULEKO  nasemkhankasweni  wokuphemba  umphakathi  omusha  okhuthalele  ukwazisana nokubonelelana – ubuNtu – kwelakithi, eNingizimu-Afrika entsha, ngenqubo yombuso wentando yeningi u M s h o l o z i uyibekile induku ebandla. 0 „UHlanganangaye, uPhunyukabemphethe! Ngimthand‘ enqob‘ uMbhek‘ enkantolo eMgungundlovu kwaze … weiter / qhubeka lapha »

Benjamin Ortmeyer: Ohne Konflikt geht es nicht

Benjamin Ortmeyer*, Leiter der Forschungsstelle NS-Pädagogik an der Goethe-Universität, hält in dieser Woche seine letzte Vorlesung. Ein Gespräch über humanistisch gebildete Lehrkräfte, eine „Erziehung nach Auschwitz“ im Sinne Adornos und den Wert des Streits. Ehe Benjamin Ortmeyer über sich selbst … weiter / qhubeka lapha »

Kwethu

UMama [uMaZungu wakwaKhumalo (1922-2001] wasishiya nomlando womndeni wakwethu, >>„isidindi somtshiki„, ayesilobelé wona elekelelwa ephelekezelwa ngabantwabake, oBheni (*1950) noUbbo(*1939) noNomusa (1962-2006). Kulo mlando uMaZungu uxoxa ngekhaya, ngomuzi, nangomndeni owaphembeka, wakhula kusukela ekubonaneni nasekugananeni kwakhe [1940] nensizwa yakwaKhumalo kwelaseMahlabathini, uMkhulunyelwa (1918-1990), nasekuphembeni … weiter / qhubeka lapha »

WordPress Cookie Hinweis von Real Cookie Banner